notícias musicais

top 13 artistas

top 13 musicas

Confira a Letra Lotto

Khuluma webozza yami
Khuluma wes'thandwa sami
Yonkinto oy'funayo mayenziwe
Khuluma webozza yami
Khuluma we muntu wami
Yonkinto oy'funayo mayenziwe

Ngiyazi ufuna is'khathi
Sokuthi sithi ukuzikhipha kancane (kancane)
Yonkinto oy'funayo mayenziwe
Ngiyazi ufuna is'khathi
Sokuthi sithi ukuzikhipha kancane (kancane)
Yonkinto oy'funayo mayenziwe

Ngoba ngawe ngiwinile ngiwinile ngiwinile
Ngawe nawe mina ngokuthola wena
Ngoba ngawe ngiwinile ngiwinile ngiwinile
Ngawe nawe mina ngokuthola wena
Ngokuthola wena

Weh weh weh
Ngaze ngabamba ilotto (ngabamba ilotto)
Weh weh weh
Ngaze ngabamba ilotto (ngabamba ilotto)
Aweh ma wee
Ngaze ngabamba ilotto (ngabamba ilotto)
Aweh ma wee
Ngaze ngabamba ilotto (ngabamba ilotto)

Khuluma webozza yami
Khuluma wes'thandwa sami
Yonkinto oy'funayo mayenziwe
Khuluma webozza yami
Khuluma we sthandwa sami
Yonkinto oy'funayo mayenziwe

Ay yadumi moto
Vum vum sokulanda
Hayi lajika isondo
Left and right siyababheka
Hayi babizebonke
Babize bonke nabangane
Ngoba yonkinto oyifunayo ngizoyenza

Weh weh weh
Ngaze ngabamba ilotto (ngabamba ilotto)
Weh weh weh
Ngaze ngabamba ilotto (ngabamba ilotto)
Aweh ma wee
Ngaze ngabamba ilotto (ngabamba ilotto)
Aweh ma wee
Ngaze ngabamba ilotto (ngabamba ilotto)

Weh weh weh
Gazi ngabambi ilotto (ngabamba ilotto)
Weh weh weh
Gazi ngabambi ilotto (ngabamba ilotto)
Aweh ma wee
Gazi ngabambi ilotto (ngabamba ilotto)
Aweh ma wee
Gazi ngabambi ilotto (ngabamba ilotto)

Tracker