notícias musicais

top 13 artistas

top 13 musicas

Confira a Letra Bengingazi

Joyous Celebration

Bengingazi

Bengingaz' ukuthi ung'thanda kangaka
Ohh waze wanikela ngempilo yakho
Inani legazi owang'thenga ngalo, liphakeme
Ang'soze ngakubonga ngokwanele

Ngiyabonga ngothando lwakho onginike lona, msindisi wami
Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho
Impilo yam' (ayilutho)
Ngaphandle ko (musa wakho)

Wang' thwalela wedw' umqhele wameva
Ohh hawu lobo buhlungu owabuzwa
Ang' soze ngaz' ukuthi wabonani kimina
Kodw' engikwaziyo ukuthi ung' sindisile

Oh oh oh (oho oh) oh! Oh! (oho oh) oh oh oh (oho oh) oh

Tracker